127
iHubo · Hymn

Woza kuJesu, uMsindisi

Meter: 9.9.9.6.9.9.9.6.

1.

Woza kuJesu, uMsindisi, woza-ke nezinhlungu zakho; wakuphalazela igazi: "Yizwa, soni, yiza". ** (inhlwaza) Kuhle, kuhle ukufakaza kuvela kwabasindileyo nxa behlangen' esihlalweni sikaNkulunkulu.

2.

Yizani zoni, niyabizwa, wozani ngentokozo kuye engakayeki ukubiza. "Yizwa, soni, yiza". **

3.

Ungalibal' ukulandela umthetho woMsindisi wakho. Yizwa ebiza wena nami: "Yizwa, soni, yiza". **