151
iHubo · Hymn

Nang' uJesu! Nang' uJesu!

Meter: 8.6.6.6.

1.

Nang' uJesu! Nang' uJesu! Yiza kuye manje, manje yiza kuye, yiza kuye manje.

2.

Wosindiswa, wosindiswa, wosindiswa manje, manje wosindiswa, yiza kuye manje.

3.

Unamandla, unamandla, unamandla manje, manje unamandla, yiza kuye manje.

4.

Uyavuma, uyavuma, uyavuma manje, manje uyavuma, yiza kuye manje.

5.

Cela kuye, cela kuye, cela kuye manje, manje cela kuye, yiza kuye manje.

6.

Uyakuzwa, uyakuzwa, uyakuzwa manje, manje uyakuzwa, yiza kuye manje.

7.

Wokuhlanza, wokuhlanza, wokuhlanza manje, manje wokuhlanza, yiza kuye manje.

8.

Themba kuye, themba kuye, themba kuye manje, manje themba kuye, yiza kuye manje.