97
iHubo · Hymn

We, bathandwa, yek' inhlanhla

Meter: 8.8.8.9.9.

1.

We, bathandwa, yek' inhlanhla yokukholwa uy' uJesu, nokuphathw' ezakh' izandla, asiyise ekhaya ngale. ** (inhlwaza) Kuzokuhlatshelelwa khona, basho: Haleluya, haleluya! Njengomfula kohlokoma kudunyiswe iNkosi le.

2.

Emhlaben' izinhlupheko zithulis' ihubo lethu. Kodwa lapho zingasekho lophelela ihubo, ehe! **

3.

Lapha njalo sihlukana, kuyavam' izinyembezi, kodwa lapho sohlangana 'zinyembezi zosulwa iNkos'. **

4.

Mangabikho osalayo mhla 'bangcwele beyobizwa; nxa iNkosi ivalayo, angabikho ojabhayo, qha! **